I-DNA Replication kanye ne-Central Dogma

I-DNA Replication kanye ne-Central Dogma

Lesi sifundo sihlanganisa isethulo sendlela imininingwane yezakhi zofuzo ephindeka ngayo futhi ivezwe ukuze kwakhiwe amaphrotheni. Ukuze uthole okwengeziwe mayelana nalesi sihloko, situsa izifundo ezithi Ukwakheka Kwe-DNA Nokusebenza Kwezakhi Zofuzo Namaphrotheni encwadini i-OpenStax textbook Biology for AP® Courses. U-Advanced Placement® no-AP® amagama ezinkampani zohwebo abhalisiwe futhi/noma alawulwa yiBhodi Lekholeji, elingahlobani, nelingasekeli ngokuqondile okuqukethwe lapha.

Topics

  • I-AP Bio
  • I-AP
  • I-AP biology
  • yunithi 6
  • ama-eukaryote
  • ama-prokaryote
  • ukuvezwa kwesakhi sofuzo
  • ukuvezwa
  • i-genotype
  • i-phenotype
  • ukuhumusha
  • ukukopisha
  • imfundiso nqangi
  • i-RNA
  • i-DNA